top of page

INKANTOLO INQUME UKUHLEHLISA ICALA LIKA BROWN MOGOTSI.

  • May 18
  • 1 min read

ISITHOMBE: Facebook


Lihlehliselwe uMsombuluko ozayo icala lika Brown Mogotsi emva kwesinqumo esikhishwe yinkantolo.


SANELE MENDAH ZULU


Icala elibhekene noBrown Mogotsi lihlehlisiwe yiNkantolo ilihlehlisela uMsombuluko, umhlaka 25 Meyi 2026. Kulindeleke ukuthi ngalolo suku uMogotsi alethe isicelo sebheyili esisemthethweni phambi kwenkantolo. Okwamanje, uMogotsi uzogqunywa esitokisini ezinye izinsuku eziyisikhombisa ngenkathi elindele ukuvela kwakhe futhi. Abaningi abalandela leli cala balindele ukubona ukuthi inkantolo izosinquma kanjani isicelo sakhe sebheyili ngosuku oluzayo.

 
 
 

Comments


bottom of page